NGIZWA UTHANDO

luyanda Ngcobo

NGIZWA UTHANDO LUSHAYA NGAMANDLA NGASO SONKE ISIKHATHI ANGISAKHONI ANGISAKHONI NOKULALA.NKOSAZANA UTHANDO ENGINALO NGAWE LIBANZI LUJULILE INTLIZIYO YAMI IGOBHOZA IGAZI, BAKHULUME BAGEQA AMAGULA NGAWE KEPHA MINA ANGINA MSEBENZI NALOKHO NGOBA NGIFA WUTHANDO LWAKHO.NGESINYE ISIKHATHI NGIYE NGIZIBONE SENGIMAMATHEKA NGEDWA UMA NGICABANGA NGAWE NDLOVUKAZI EKHAYA KADE BENGIKHULUMISA BETHI EMAGCEKENI AKA NGCOBO UYADINGAKALA KEPHA LOKHO NGANGIKUSHAYA INDIVA KEPHA MANJE NGIYABONA UKUTHI LESO SIKHATHI SESIFIKILE NGIYODELA KONKE ENGINAKHO NGITHATHE WENA NGIYOKUBEKA EMAGCEKENI AKA NGCOBO NGIKWENZE INKOSIKAZI YAMI ENGIYOLALA EDUZE NAYO NGIVUKE EDUZE KWAYO NGASO SONKE ISIKHATHI

 

  • Author: Luyac da-poet (Pseudonym) (Offline Offline)
  • Published: October 21st, 2021 17:18
  • Comment from author about the poem: I wrote this poem for my beautiful lady
  • Category: Unclassified
  • Views: 25
Get a free collection of Classic Poetry ↓

Receive the ebook in seconds 50 poems from 50 different authors


Comments +

Comments1

  • dusk arising

    I hope your pretty lady enjoyed it. I'm pretty sure no one else on MPS did because they couldn't read it. Why don't you re-post it in English for us to enjoy?

    • luyanda Ngcobo

      Thank you so much I did post in English



    To be able to comment and rate this poem, you must be registered. Register here or if you are already registered, login here.